Tiga Maine - Uhamba Nami (ft. Bhlaklyn & Lady Kay) Lyrics
Tiga Maine - Uhamba Nami (ft. Bhlaklyn & Lady Kay)
Intro:
Yeah hey yey yey,
Uhamba Nami Uhamba Nami.
Yeah hey yey yey,
Uhamba Nami Uhamba Nami.
Yeah hey yey yey,
Uhamba Nami Uhamba Nami.
Yeah hey yey yey,
Uhamba Nami Uhamba Nami.
Verse:
Ngithi ufuna bani ngifuna wena,
Ngihamba nawe sobuya kusasa Kwenzakalani? Kwenzakalani?
Ngigaye amanumber ngizok'thinta,
Masesihamba unga worry
Kwenzakalani? Kwenzakalani?
U kimiller endaweni e ndaweni,
Ziyakhala namhlanje ngin'phethe.
Akunankinga niyi 2 ngiyi 1,
Lana akumelanga ngikhethe.
Ngiyinja edla ezinye ngugabhadiya,
Ngiphunyuka bamphethe.
Ngiyinja edla ezinye ngugabhadiya,
Ngiphunyuka bamphethe.
Hook:
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani
Verse:
Uthi ufuna mina ufuna ukuhamba nami,
Sibuye kusasa hayi ngalez'nkathi.
Ukhethe kahle mina angitholakali,
Nawa amanumber ushaye ucingo ungasabi.
Uthi ufuna mina ufuna ukuhamba nami,
Sibuye kusasa hayi ngalez'nkathi.
Ukhethe kahle mina angitholakali,
Nawa amanumber ushaye ucingo ungasabi.
Uthi ufuna mina ufuna ukuhamba nami,
Sibuye kusasa hayi ngalez'nkathi.
Ukhethe kahle mina angitholakali,
Nawa amanumber ushaye ucingo ungasabi.
Noma uzongithol' ekhaya ngihlezi phandle,
Ngilinde wena sthandwa sami.
Uzongithol' ekhaya ngihlezi phandle,
Ngilinde wena sthandwa sami.
Hook:
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani
Uthi ufuna bani? Ufuna mina?
Uhamba nami sobuya kusasa
Kwenzakalani Kwenzakalani